Yekani amadoda azicije

Abantu besifazane bahlezi bebuza ukuthi yini amadoda abe so obsessed ngosayizi bamapipi?
Umbuzo omuhle lo, ukube usuke ubuzwa umuntu onepipi.

Okufike kuxake amadoda, wukuthi the same bantu ababuza ukuthi kungani amadoda ekhathazeka ngosayizi wepipi, yibo kanye okuthi uma sebezikhininda bebojwana, ubezwe bethi : “Hhayi suka, uJoe akundoda yalutho, usho ngepipi lenyoni.”

Omunye umbuzo okhonzwe yimbokodo wukuthi kungani amadoda ekhonze kangaka izimbiza, imivusanduku nokuchatha?

Kodwa gwiqiqi uma sebehleli bodwa onkunzana uyezwa kuthiwa: "Mina lowo, ngathi ngingakafudumali nakufudumala ngamuzwa esekhefuzela ubala, uthe esuka wavele wachama. Nganyanyani lapho, ngavele ngamala same time!!"

Uma izinto zihambe kahle, kuba inqaba kayitshelwana, ubona ngezidlathi nje zivakashela izindlebe. Usisi umubone ede ewusimoyimoyi nje isinkwa sibona ibhotela.

Why indoda nendoda ilikhonze kangaka ipipi layo?
Why amdoda eqonywa abafazi abaningi?

Ipipi liyisikhali, indoda egwaza ngaso, ihlabane, ibuye inconywe, uma lilikhulu ngokwanele ukwenza umsebenzi walo ngendlela. Uma liqina ngqi lize liqhanse imithambo, kulapho kanye-ke la likhombisa khoan ukuthi yindoda nempela le hhayi indaba yokudlala, futhi ilicije kahle ngaphambi kwempi. Ngakoke
uma indoda iqonywa izintombi, isuke izicija iqinisekisa ukuthi isikhali ihlale isivivinya. Ukuze mhla kwadingeka sisebenze, ingananazi ukuhlaba enxebeni.

So, ningaphatheki kabi uma abenu abathandiweyo beqonywa. Bazicijela ukuthi uma bebuya, bahlabe kuzwakale ukuthi kudlule ingwazi la.