Ngambhebha umfazi kamfowethu - EO

Intombi kaMatatata uNoziwengu unamasu amabili nje vo, wumfowethu engimelamayo nami. Aselamani ngisho okwelamana, siyalandelana. Sikhule lezalukazi namakhehla abaqokothisa isiZulu besibiza ngezinkameyana, bebesho emehlweni ukuthi umama wanyemfuza. Sihlala e-mission, sekwande ubukholwa, ngakho-ke abantu abaningi bebehloniphisa nje besibiza ngowele. Into ebibuye yenze sibizwe kanjalo ukuthi yize umfowethu ethe ukuba qatha ngomzimba futhi ngimthelela manzi ngobude kodwa sicishe impela silingane, angimedluli ngama malunga angaphezulu kwamathathu. Singamathe nolimi, ngisho sisakhula besingathintwa, umuntu ubazi kahle ukuthi uzolwa nezinsizwa ezimbili. Besidume ngokuhlanganyela. Saziwa nje ukuthi uma uke wathinta omunye, umgade umfowabo. Loku kwenze sakhula ontanga besihlonipha. Sikhulile nje impela saze sashada, kuyiyo leyondaba. sineminyaka eyishumi nanhlanu sashada. Ngisho imishado yethu yedlulana cishe ngo 6 months. Noma umfowethu engithanda ngothando lolu esakhula ngalo, kimina akusenjalo. Akudlali ukudliwa ngunembeza

10 yrs ago, ngangizihlalele nje ekhaya kuyimpelasonto. Isizungu sasingibulala ngoba phela sathi singakhula kwafanela sisebenze ngokwehlukana nomfowethu. mina ngiseThekwini kanti yena useGoli. Mina-ke njalo ngolweziHlanu ngiyajoja ngize ekhaya. Futhi khona manje sekwaba lula isimanga ngoba phela sengathenga neveni engilayisha ngalo izinsizwa zangasekhaya. Pho kubamnandi yini uma sengizihlohlile sezihuba, sizobona abantwana bethu emakhaya. Ngisho nabantu bethu sifika besilindele. Nokungabantwana sekukhulile mina nje ngishaya ngo-4, isingqongqo sezinsizwa. Ngiyaye ngizibone sengiyindoda impela uma ngisekhaya, kodwa uvalo lungithi heqe uma ngicabanga ukuthi ziyakhula, ngivelelwe ngamacala.

Umfowethu yena "ezakhe" zimbili umfana nentombazane. Omdala una 9yrs intombazane ibe no-7yrs. Kulukhuni ukuba yindoda, Izingane "zakhe" umfowethu uzibona cishe kanye ezinyangeni ezintathu. Isikhathi esiningi yimi ogadele umfowethu umuzi wakhe. Abafazi bethu abezwani kona, ungathi sabadlisa ngenhliziyo yenkankani. Ngeke nje umthinte Umamkhulu uma umkami ekhona angahlala kuwe izithonto. Babuye babe yizihlobo  nokwenza. angithi bangomzala umkami uzalwa ngumalume kamamkhulu. Lapha ekhaya babizwa ngomamncane nomamkhulu. Ngisho nathi nomfowethu sibizwa kanjalo, mina sengaba ngubamncane igama.

Iyangidla imfihlo. Njengoba sengi shilo, 10yrs ago, ngangizihlalele nje ngiphumule njengenjwayelo. Kwafika ingane yathi ngangibizwa ngumama elaphaya endlini enkulu kwagogo. Ogogo bami babili, yizintombi ezindala ezikhuluma ziqoshamise. Igolo, yigolo nje kogogo, usakhuza wakhathala umama ethi abahloniphise, yena ugogo umncane, yibhinca qobo lwalo. uvele athi nje : "Kufihlwa kufihlwani, ngoba ngisho umkhokheli wenu makoti ubhejwa nguZondi emahlathi, nicabanga ukuthi asizazi izindaba zenu makholwa ndini. sekwaze kwaba nevezandlebe laphaya kwaNdlela"

Lwalungishaya kufanele uvalo uma kuthiwa ngibizwa kwagogo. Ngabafica behleli bobabathathu, umama nogogo bami bobabili. Ngathi uma ngingena endlini ngabona umama engincisha amehlo. Emva kokuba sengibabingelelile, wayiqala indaba ugogo. Namanje lolosuku angilukhohlwa, lwayishintsha unomphela impilo yami.

"Mzukulu sikubizele indaba enzima. Kuzofanele ube yindoda, uqine ukhakhayi. Uma uyindojeyana nje enamasende angakaqini, namhlanje sizokuqinisa amasende mzukulu." Ngazibamba sekuthi angihleke, into eyenza ngingahleki wukuthi ngathi ngibheka umama ngamthola esaloku egobodisile ubona ukuthi lukhulu luyamudla.
Waqhuba ugogo : "Bamncane, endaweni la kwakhiwe sebemthuke umamkhulu kwaze kwazwela nakuthina sinizala bantabami. Bambiza ngenyumba kayitali, itala amagwababa. Uyangizwa ukuthi ngithini mzukulu?" Ngavele ngavuma ngekhanda ngoba ngangididekile. waphinde waqhuba : "Umuzi kamfowenu ngeke sivume ufe sibhekile. Kuzofanele uzalele umfowenu, umvusele umuzi ngoba sekuyasicacela ukuthi inkinga ikuye"

Ngathi ngithi ngiyaphawula ugogo omncane wavele wenza adume ngazo : " Bamncane, yini enzima ekubhebheni umamkhulu? Angithi sesikhulumile naye wavuma, manje sesizoncenga wena uyindoda, ntombikaNdingiliza, mina ngeke ngiyincenge indoda. Wena bamncane uzothatha imbazo manje, uyotheza imishayo yendlu, ikulindela indindibala  yegolo laphaya ehlathini. Mzukulu amathanga ahlanzela abangenamabhodwe, ungenqaba ukubhebha uzalise umamkhulu emuhle enje. Usho ukuthi uma umfowenu engase afe, ngeke umngene umkamfowenu, ungakhwelelwa abafana bakweminye imizi.? Ungasihloleli wena vaka lendoda. Sengiqedile." Washo wasukuma waphuma wahamba, wazithwalela izandla zakhe eqolo, wehlela kwakhe. Phela ugogo omncane wakhe ngenzasi komuzi omkhulu walapha ekhaya. Naye engathi wangenwa umkhulu emva kokushona kukamkhulu omncane.

Ngake ngafisa ukuthi umhlaba uvuleke ungigwinye. Kwaduma ukhanda. Ngibhebhe umkamfowethu? Yena umfowethu angathini? Umama wabantabami yena angaba yini, bezwana kangaka nomamkhulu? Ngabuza ngeliphansi eligcwele usizi : "Ubaba benomkhulu yena senibazisile ngalomhlola enifuna ugilwe emzini wabo?" Ugogo ngimethulela isigqoko, umuzi kamkhulu wawubamba kukubi. Wayethi uma esixoxela lapho besuka khona nomkhulu kukhale wonke umuntu endlini. "Mzukulu, lomuzi ubunjwe yimi, ngingeke ngiwubhidlize ngezami izandla. Njengoba unyoko engathi nje vu, sekunesikhashana thina esibadala siludingida loludaba. Hamba mzukulu, ukulindile umamkhulu ehlathini, laphaya emzungulwini, eduze komfula. zincenge Fuze, Mashiya amahle, Ngcobo umkhulu. Sivusa isizwe lapha mzukulu, loku akuqali ngawe. Hamba-ke khehla likagogo, izibusiso uzinikwa yithi, ngisho okhokho bakho bazohamba nawe mzukulu." Wathi angasho lawa wathatha isincansi sakhe waseluka akangabe esangibheka emehlweni.

Ngaphuma, ngake ngathi uma ngiqalaza izintaba zangakithi, kwangathi ngikomunye umhlaba. Kwakuduma ikhanda. Kwakungathi ngiyaphupha, kwakungasekho ukunye, ngathatha imbazo ngehlisa umhosha ngangena ehlathini lezimanga. Ngaguduza njalo ngibheke ngalapho ugogo abe engiyalele khona. Ngathi ngithi thushu ngabe ngimbona umamkhulu, wabamuhle ngokunye. Ngawuzwa uvuka umthondo. Futhi umthondo uyisiphukuphuku, yize ngangingayithandi into engangizoyenza, kodwa yathi uma inqekuza inkunzi yami, ngasho ngathi isiyakhala manje ithi ngamila esilimeni.

Wamoyizela umamkhulu, pho yinhle yini imanzi kamfowethu, sakhetha singoFuze suka! Ngafika ngambamba izandla zombili ngathi: "Kodwa sivelelwa yini mamkhulu?" Wakhophoza wabheka phansi, washo amazwi ahlale enkenteza njalo ezindlebeni zami. "Bamncane, awubazi ubuhlungu engibuzwayo. Empilweini yami, ngangithi ubamkhulu kuphela oyobhebha leli elami igolo. Uyangazi bamncane, sikhule nawe. uyazazi izinsizwa ebezingeshela. Ubuyaye ubone nawe sisakhula, ukuthi besithandana kanjani nomfowenu. Kumina loku, kufana nokuphula zonke izethembiso esazenza, kodwa ngingenzenjani ngokwakho ukubona bamncane? KwaFuze ngaganela ukuvusa umuzi, umfazi ungumfazi ngokuzala. Uma kunguwe ongakwenza loku wenzele ubamkhulu kungabancono kakhulu, futhi ngeke asole ngoba vele wena ungumfowabo, futhi niyefana. Asithembe kozolunga bamncane." Washo ekhumula izingubo zonke ezilengisa esihlahleni.

Wasondela, mina sengime phuhle okwesihlahla sikabhanana. Wangikhumula uhembe, wangiqaqa ibhulukwe. Ngazikhumula ngajomba ibhulukwe ne-under ngaphanyeka laphaya kude. Sangana, sagonana lapho nomfazi womfowethu. Sabambana sankonkoshelana, zehla kumina izinyembezi, inhliziyo ibuhlungu. Ngangingazi ukuthi kubo bonke abantu, umfowethu usengaze adliwe yimina izithende. Wathi lapho engidedela khona umamkhulu sabhekana emehleni, naye ziyehla mi izinyembezi. Wathi : "Ngabe kuncono bamncane ukube imbewu yomuntu itshalwa njengesihlahla. Akukho okunye bamncane ngibhebhe simakhe lomntwana. Okunzima kakhulu ukuthi kufanele ubuye ungiphinde, ngize ngibambe, kubuhlungu bamncane, kodwa pho singenzenjani?", ngabheka phansi. Unesibindi umuntu wesifazane uma esezwe ubuhlungu isikhathi eside angambulala umuntu, "Bamncane ngoba vele asinalo elinye icebo, asimakhe ngentokozo lomntwana, le imfihlo yethu esofa nayo. Umzala angalinge ayazi lendaba bamncane, kungabuhlungu ngokwedlulele ukuthi inkinga yami ingenze ngibhidlize umuzi wenu. Nami ngiyakwethembisa umfowenu woze afe engayazi lendaba" Washo wangiphulula amsende, Yavuka yema mpo induku. Wangibuka emehleni wathi: "Ungathuki bamncane angithi uma umfowenu engafa eGoli ngingangenwa wuwe, kanti uyigwala yini lendoda wena? ungangidumazi bamncane."

Wangibasela, phela ayikho indoda efuna kusho umuntu wesifazane ukuthi iyigwala. Ngasondela kuye, sime ngazo zombili, ungiphulula amasende nomthondo kanyekanye ngendlela ngisho umkami angakaze angiphulule ngayo. Ngamsondeza ngamncela ingono yebele, ngamuzwa ephefumulela phezulu. Wangidedela umthondo namasende wahlehla. Waye wadonsa isicansi kwelinye ihlokozana. Habe, phakathu esicansini kukhona netshali, wakwendlala. Ngakhumbula isisho esithi ungasheshi ukwendlala indoda ingakafiki. kusho ukuthi umamkhulu wayezilungiselele kudala. Wangiqhweba salala etshalini. Saphululana. Ngambona emoyizela ngendlela enza ngayo ngiqhamuka. sasondelana. Saxhumana u-kiss owangidida ikhanda laduma ngangazi noma kuyasa noma kuyahlwa, nazi nezihlonono zehlathi zibelesele, kuheleza umoya opholile osuka emfuleni.

Wehla umamkhulu wangikhotha umthondo. Hhayi waqina ngqi umthondo, wawusungaphika ukuthi bengilale nomamncane ngayizolo. Ungikhotha akemile ukungiphulula amasende. Umqondo wazula ngacabanga ukuthi  uyadla umfokababa silele madoda. Phela kodwa zase ziphelile izinyanga ezimbili umfowethu engehlanga, umamkhulu waye halazela kufanele, wayeseneskhathi awugcina umthondo. wathi ukuwdlaladlala ngolimi umthondo, ngankema ngakhamisa nka wena owabona inkunzi iqeda ukukhotha uteletele wesithole. Ngathi ngisankeme kanjalo...

Wagibela ngaphezulu umamkhulu, wasondeza igolo lakhe epipini lami. Ngabe ngangizombhebha ngempela umkamfowethu? Ngathu ngisazibuza ngamuzwa esezidlalisa umsunu ngekhingqi. Iqolo lomfazi kamfowethu langikhumbuza iBoom Shaka, wazinwaya izindebe zegolo umkamfowethu. Mina sengilele intshebe ibheke phezulu, angazi noma ngifende ngimbhebhe ngempela umfazi kabafo noma ngiyeke yena azenze khona unembeza uzoba nconywana. Ngathi ngisacabanga walibusheka phakathi umamkhulu. Igolo lomkamfowethu lase limanzi, ngezwa unyiblika kamnandi omthondo phakathi egolo lomkamfowethu. Wangilahla unembeza. Ngambamba ngamsondeza, wangena wonke waze wangqinda ngamasende. Wake wathula wanganyakaza, ngezwa amalebe akhe awumumatha umthondo ewuthi xhakathisi engathi sikhingqelene singezinja.

Wangibuka emehleni umamkhulu wathi : "Ngizwa egazini bamncane siyahlala lesisu" Zehla lapho izinyembezi kuthina sobabili. Wacimeza waqala wafenda,nami ngamlekelela. Uyayazi i-pain and pleasure? Mina ngiyazi kahlehle, kwakumnandi umthondo uhlangene negolo lomkamfowethu, kodwa kwakubuhlungu ukuthi senza into esasingakaze sizitshele ukuthi siyoyenza. Safendana, ngangingangabazi nakancane ukuthi umamkhulu wayezwa ubumnandi, wayede ephefumulela phezulu. Limnandi igolo kade lagcina ukubhejwa. Ngake ngezwa kudlikiza amalunga wonke omzimba, lomlingo ngangingakaze ngiwuzwe seloku ngazalwa. Wafenda umkamfowethu, akadle ngakusheshisa, kodwa ayawufaka awukhiphe alithi hleke igolo azogoqoze ngawo umthondo ngizwe ukuthi uphakathi wonke ngimnwaya amalebe ngamasende. Ngithe ngimuzwa wayefenda kakhulu manje, sidluthuke ngize ngezwe sengathi ungibhangqa nomhlabathi. Walithi hleke igolo, wangibamba wangisondeza. Wangidida ngokiss wangidonsela phakathi. Uthe esuka wabe ehlehla waqhiya njengoZiyaqhiyama ihashi likaVelaphi. Waqina phezu kwami, lapho igolo uselithe hleke lonke wanamathela kumina ngesibumbu kuhle kombokwane unamathele etsheni. Wafenda kancane, ngezwa ukuthi noma ngabe kuthiwani, iyachama manje imanzi kamfowethu, wachama, ngamuzwa engibamba engisondeza ngamuzwa ethi : "Ngimithise bamncane, ngimithise". Ngalizwa igolo lakhe lifuquza, angizange ngitshelwe muntu ukuthi angimthundele, ngasithulula isidoda phakathi kumkamfowethu. Ngamuzwa egxuma kancane ngimdubula ngomlilo ngaphakathi. Wangibamba wangisondeza.

Zehla izinyembezi, zathi co co co zagcwala isfuba sami. Nami ngehluleka ukuzibamba ngazizwa zihlengezela zigcwala amehlo nakimi. Washo ngeligcwele usizi wathi: "Nakusasa kuzofanele ubuye uzongiphinda bamncane ngoba ngoMsobulko ubuyela emsebenzini. Asithembe kuzolunga bamncane" Wathi angasho njalo wakhihla esikaNandi umamkhulu, wacaphuna isicansi netshadlana kanye nezingubo zakhe wakhala wemuka. Ngasala ngimile lapho nomthodo uconsa, ngaqonda mamasenzasi nomfula ngageza. Ngathi nginga gqoka kahle, ngawelela ngaphesheya nembazo, ngacinga umishayo engangizoyigawula.