Ishende lami... - EO


Ithi ingaba nkulu ingabe isazekeka. Sengizitshelile nje ukuthi u-Happy sekuyishende lami. Phela akusekona ukubhebhana lokhu, sesigila isekisi. Umthondo wami akawuthandeli ukuthi kube kuhle, futhi uma ngingacabanga ukumncisha, angangibulala ngisho ukungibulala lomfazi. Sewaze wangithengela lezikhwanyana ezigaxwayo ezincanyana ezivamise ukuphathwa izinsizwa uma ziyakoqomisa le ngakithi kwanjayiphume. Esami sona-ke, wangipha sona esihlomise ngethawula elimhlophe qwa nensipho ethaphuka amnandi amakha lawa, kanye nezinto zokuziphophotha. "Mdu, mzalwane, lonxazisuka, ungalinge uwushiye nangephutha, siyezwana?", wayesho njalo uHappy mhla engipha sona lesikhwama. Sona siyabonakala ukuthi esemali, futhi eshisiwe. Nami ngisiphatha ngize nginkonkomale wena owabona idombolo lixovwe nge-yeast. Kodwa bengihlale njalo ngizibuza ukuthi kubaluleke ngani ukuthi ngihlale ngisiphethe? Ngake ngasithulula yonke into ephakathi ngasihlola wonke amakhona lawa, ngithi mhlasimbe kungenzeka kube sine-tracker noma isiqophimazwi esincane. Lutho, asinalutho, izinto nje zokuzimonya nalelithawula Elimhlophe qwa.

Ngeke i-map uyidwebise okomuntu wesifazane, ngigeze izandla. Bangongqondongqondo, yiko bengabanjwa nje uma befeba. Bacupha izintambo zolwembu, ungafunga ukuthi izinto bazibona zingakenzeki. Iqhina lize laphuma embizeni zolo loku, sengimphinda futhi umkamfundisi ngemvalamlomo. Kodwa asibhebhananga kahle izolo, asidelisananga, sibhebhane isibhudubhudu, bekuphuthuma kuzikhindi.

Ngithole ucingo luphuma kuye u-Happy ngisemsebenzini, wathi asiyobhebhana kwenye yama B&B khona la esididini bude buduze neTheku. Ngathi ngikhala ngomsebenzi wamane wathi nje : " Suka wena man, zigulise! Awusathandi yini ukungibhebha Mdu? Noma sewungibhebhe kakhulu selize lakucika leli elami igolo?" Ngivele ngaqhanyelwa same time, ngazibona sengiiwubhusheka ngiwukhipha kumkamfundisi. Emsebenzini babone sengidunyelwa esisheshayo isisu, ngasibamba ungosibamba, ngoma ngisho umlomo, ngiloku ngiqumile nje. Hhawu imfolomane yangikhomba ekhaya, baze bangihambisa ngemoto eflethini. Ngithe ngingena nje eflethini ngangifonela umka-mreva. Akuphelanga sikhathi esingakanani kwafika i-metered taxi izongilanda. Kudekude, yaye yayongilahla kwenye yama B&b asemajalidi ngapha ko-Westville. Yinhle leyandawo, futhi angingabazi ukuthi iyancinza ngakonsumbulwana. Kodwa-ke akudokwe ligayelwe mina lelo, futhi mina ngidla ngodankie, angithi ngino-Happy wami ohlela akhokhele zonke izinto. Uyalithanda ipipi nangu umfazi kamfundisi webantu. Uze akhokhe ezishisiwe izimali ukuze athole umthondo.

Ngangena emasangweni, ngahlangatshezwa ngenye intokazi evele yangikhomba lapho kufanele ngiye ngakhona. Ngakhumbula ukuthi unxazisuka wami ngamkhohlwe khona eflethini. Ngithe ngingena nje e-roomini, ngakhangwa yishende lami selidle isilinganiso nje senighty, I-penty lutho, belingasabonwa. Ngavala umnyango ngawukhiya. Umqondo uvele wadideka ngangazi noma ngikhumule, noma ngenzenjani. "Hello Mdu babah, Kade ngikulindile. Uphi unxazisuka wakho?", washo wasondela umkamfundisi. Wangibamba wangisondeza sakungihaga, wase enginyenyezela endlebeni: "We've only  got 1 hour, khumula sibhebhane, ngifuna umthondo wakho nje qha namhlanje sithandwa sami". Ngaphefumulela phezulu, umthondo wavuka wema mpo. Wawuzwa uvuka umka mfundisi, waphinde wangihlebela endlebeni: "Uyinkunzi yohlobo sweety, yingako ngikuthanda nje", washo engikhumula. Wathi ukungiphulula umthondo kancane, wathi ukuwumfamumfamuza. Nami ngehlisa isandla ngathi ukumphulula isibumbu. ngasidlulisela kancane egolweni uqobo, habe, esemanzi te. "Yini kodwa mzalwane ukungcola?", washo engigudluza isandla. Waphinda wasondela endlebeni wangihlebela futhi kwafuduala igazi : "Vele ungibhebhe ngemuva namhlanje lovey wami, ngizwa ngithanda idoggie" washo edonsa imiqamelo embedeni, wayiphonsa kucarpet. Wagoba wadunusa, washaya udunudunu.

Awu lapho unduku yavele yaqinisa okogodo, kwaqhansa imithambo, ngaguqa umva kwakwe. Ngawubusheka, ngawuzwa unyibulika kamnandi, ngaye ngabheka phezulu engathi ngiyathandaza. Ngambamba izinqe ngazisondeza. Uthe esuka washonisa phakathi iqolo walikhipha lonke igolo lahlala obala. Ngake ngama uphakathi umthondo ngawuqinisa ngqi. Ngathula, ngezwa ukuthi bekuzongithatha isikhashana ukuthi ngimchamele usweet pumpkin, phela uthanda ngimbize kanjalo, ngaphinde ngamkonkoshela ngamsondeza, waqala wawafenda, ede engidudula ngayo indindibala, akubona ubuamnandini lobuya. Ngamgoqoza, waphendula ikhanda wangebheka, lapho udebe lwangezansi uselulume ngamazinyo, amehlo asegcwele ubuthongo wena owabona aweShayina. Watanasa, walilethalonke igolo, ngezwa umzimba uba nesifuthufuthu sengathi ngiphuze umsobho oshisayo, kanti bewakuphole kamnnadi kuleyandlu. Ngamfenda steady angimile ukumgoqoza from side to side. Ngibuye ngiwubhuxeke ngishone phansi ngimkhuphule ngawo umthondo. Ngimuzwe ezincengela ehlebeza : "Ungangibulali kakhulu phela ngomthondo Mdu please babah". Kwaba ongathi uwenza uqine mo umthondo lapho. Ngaqala nami manje ngalooser icontrol. Imvelo yavele yazenzela okwayo. Ngamfenda ngamsheshisa, kwaba yimina engimncengayo ngaleyonkathi : "Chama manje sweet pumpkin, ngingaze ngikuchamele kuqala, ungakachami."

Wahlekeza amathanga lapho waqhansula igolo walibeka obala, washona pansi ngesifuba, " Fenda fast Mdu...sengiyaaaa..chhhama babah.. yes.. yes ooooohhh.. yeahhh. Ngmgoqoza ngamsheshisa ngasithulula isidoda ngambamba ngankonkosheshela kwaqina izinqe. Kwadidizela ikhanda, ngezwa inzululwane encane. Igolo likamka mfundi liwumumatha liwudedela umthondo wami. Saye safumbeka phansi kucarpet. Salala ngecele. "Kodwa Mdu yini ungibhebhe kamnandi kanje? Lomthondo ungaphinde ubhebhe muntu ngawo sekuwowami ngedwa, angithi uyezwa babah?" Ngathi ukumfenda kancane, wawumonyula umthondo wasukuma wazesula wayogeza ebathroom.

Ngabheka phezulu kuceiling ngazibuza ngaziphendula. Engabe kogcinaphi? Ungabe umkamfundisi sobhebhana naye kuze kube nini? Ungabe bakhona abanye abafazi babantu ababhejwa kanje? Pho bengizophendulwa ngubani?

Okungapheli kuyahlola