Uyadlala udlalindlala...EO

Did you miss the series?
Umfazi kaMadlanduna
Ngamphinda umiss Nguse
Ngayilahla


"Kunjani we-Thando?". Ngathi qala. mamoshane yawuchitha umuthi inkonyane! Wuqobo lwakhe uMiss Nguse, kodwa ngizoyithini lento? Ngavele ngaswela umgodi wokucasha. Ngakhophoza ubala wena owabona inja idle amaqanda. "Ngakubingelela wathula, sewaba isimungulu yini?". Ngazithukisa ubala : "Awu nxese miss bengingakuboni". Ngamsiza uMiss Nguse : "Habe, kanti indaba yinkulu awusesona isimungulu nje kuphela sewaba nayimpumputhe? Sekukuphuphise kanje ukudla abafazi babantu?" Ngezwa kuthi xhifi, ngazibamba :"Ngiyaxolisa ngempela Mistress, bengingakuboni.", ngasho nginamahlonyana. Ngangithi sesidlulile lapho kanti angibuzanga elangeni. "Umakhwapheni wakho uyakutshela ukuthi ngamxoshisa kwenja emzini wami?". Ngangunuza ubala, angisakhumbuli kahle ukuthi ngathini. "Ngakutshela mfana wami ngathi yekela ukuhambe uphanisa ngawo lomthondo wakho uzophupha." Yanginonela ingulube, sekukhona nabantu asebecuthise izindletshana, sebelokhu bemoyizela ubala kanti babecosha lenkulumo yethu, eyabe ithe ukushuba.

"Asihambe siye laphaya epaki, ngifuna ukukutshela kahle izindaba zakho." Kwaba sengathi ungibambe ngozibuthe, ngazibona sengithumzela emva kwakhe, kudekude epaki. safike sahlala ebhentshini sashiya isikhala phakathi kwethu esasingadlula u-code 14 wetruck. Sadunuselana kwaba yilowo nalowo wabheka le. Kwasweleka ukuthi ubani ozoqala kuqala noma ozosuka lapho ekhona asondele komunye. Lento yonke iqale nginamahlonyana ngengakwenza Ku-miss, kodwa manje sengicasukile indlela angithathe ngayo, naye uyazibonela nje ukuthi UThukela lugola izintethe. Usethukile, phela angikaze ngicinane kanje phambi kwakhe. Azincenge, asondele, kodwa uma ngimuthi jeqe ngibone ukuthi wethukile uyesaba, akazi ukuthi lingaqhuma nini ibhomu.

"Ngiyaxolisa ukukuthatha ngesinxele Thando babah, kodwa nawe lento enangenza yona nalesifebe esingu-Lovey, uma ngiyicabanga namanje, isangihlukumeza.", wathula , nami ngathula. Kwathi cwaka, cishe imizuzu emihlanu noma ngaphezulu. "Ungizwile Thando babah"? ngavuma ngekhanda. "Khuluma phela bhuti", washo ezincengela. Lehla igwebu. "Miss, ngiyakuhlonipha, kodwa ungithathe ngesinxele, angiyithandanga indlela ongihlaze ngayo phakathi kwabantu", ngathula. Saphinde sathula cishe imizuzu eyishumi. "Asihambe siye kwami siyoyixoxela khona lento", washo ngelipholile elinesizotha. Ngavuma. Ngavele ngezwa egazini ukuthi UMiss wayesehalela ugolokoqo, esefuna ngiyomphinda futhi. Sagibela ithekisi eya khona eLovu. Endleni saxoxa ezinye nje izinto. Noma ngingasakhumbuli kahle ukuthi sasixoxa ngani. Sagcina sifikile kwaMiss. Wayesehlala yedwa, sesimbulala isizungu.

"Thando, yimbi lento owangenza yona, ngangikuthembile. Kodwa ngingakuxolela wena, umuntu ongeke alubone olwami uxolo ngu-Lovey", esho ezincengela. "Yinja uqobo lwayo u-Lovey, ngimhlalisa kwami, usefuna ukungithathela wena. okungimangazayo ukuthi yinipho nagcinana lakwami, nangabe nisavakashela uma esehlala komunye umqasho? Naneyisa mina yini kanti?", wabuza ngokunengeka. Ngabona ukuthi ubusuku buzoba bude, ngavele ngavuka inja ebovu : " Buka la miss, ngicela ukukushiya ngoxolo. Ngeke ngiloku ngikhuluma indaba yomfazi womuntu owayengilingile", ngasho ngithatha isikhwama sami. Wasondela wangivimba u-miss. "Kahle phela Thando, kodwa nawe ukube ngakwenza lento enangenza yona angabe usathukuthele namanje", washo ezincengela. Iqiniso liyababa, angihlaba lawo, ngakhumbula mhla engifundisa ukubhebha, yimi lo oseqhwahaza kanje? Ngezwa nginokuzinyeza : "Ngiyaxolisa miss, kodwa ayidlule phela sisi.". Awu, yaphela lapho eka-Lovey..

Zaphuma izibiliboco, uyalishaya ibhodwe umiss Nguse, ngadla ngacishe ngaqhuma. Saqeda ukudla sayogeza. Ume kahle u-Miss eyezwa...Sathi lapho sigezana yavele yazivukela inkunzimalanga, ngamuzwa ede ewudonsa umoya, kubonakala ukuthi ubedlala isomiso seloku nganginyamalalile. Wake wawubamba umthondo kwangathi akakholwa ukuthi yiwo ngempela ngambona encuma kwazisholo abakwaXhosa. Weyeseloku angiphulula umthondo namasende ekubhixa ngensipho, esekhohliwe ukugeza ezinye izindawo. Saqeda ukugeza. Asizange sisafika ebedroom, sathi siphuma nje ebathroom siphumela e-lounge, ngangikususa loko. Ngazengakhumbula ibutho likuZulu okuthiwa laliphakamisa amakhwapha ligwaze ngeklwa. Nami sathi singena nje elounge ngangimjijimeza ngawo umthondo. ngathi ukuphakamisa umlenze kancane, ngawujikijela wonke umthondo ngawuzwa uthi bushe, wangidunusela walikhipha lonke igolo ngemuva lahlala obala. Ngamnamathelisa okwesinama ejezini. Ngamfuqa ngawo umthondo saye sadidizela, phela usofa ayebambelele kuwo wanyakaza. "Thando ayipheli ingquza wena asihambe siye ebedroom. Kwaba ububhudubhudu siyakhona sinkonkoshelene, ngihambe ngimqabula indlebe yangakwesokudla.

Sathi singena ebedroom ngangimncikisa ngodonga, ngawushisa, ngawubhuxeka wonke ngamuzwa ethi " Ka..a...hle Thando asikafiki embhedeni" Ngawubhoncula sanikela khona embhedeni. Wafike wangihlula ngamandla washo ngaphezulu. ngamjijimeza naomthondo ngingaphansi:. "Oooohhh Thaaa... ndo" ngathi ukuwumonyula kancane ngamgijima ngekhinqi ezindongeni zegolo. Ngamhlaba ngamkhuphula ngaye ngayohlikihla umsunu. Wayithi hleke imomozi, ngazenzela. Ngazitika, ngegolo likamisi. "Kodwa yini Thando ukuba yikloza kangaka! Ukube ngangazi ngabe angikufundisanga ukubhebha, ungibhebha ngizulelwe yikhanda." Washo engidudula ngesibumbu, lapho usewathe qheke amathanga. Kwafudumala umzimba ngezwa kuthi sekuyakhona emajikeni, sengingachama noma nini. Ngalibusheka lonke ipipi ngavala izinqe zaqina zaba imbokodo. Ngabhongisa okwenkunzi uhlatshwa "hhhahhh Misss...hhhaahh" Ngasithulula isidoda. Waqala phansi uMiss Nguse wangifenda washeshisa sengathi akasenaqolo: "Oooh Thaando...ohhh.. fuck me!..oooohhhh yeeeaahhh" Wachama, wangi bamba wanginkonkoshela.salala sathi ja sibambene kanjalo.

2 comments:

  1. Ake sizwe ukuthi abanye bona ubadla kanjani lova..kuke kuphumule uMiss

    ReplyDelete
  2. Mina ngisafuna ukuzwa ukuthi uSlovaz usazomphinda yini umkaMadlanduna? Noma umiss usehamba yedwa :-)

    ReplyDelete