Ngangingezwa lutho ngibuya eMbali. Kwakuduma u-Lerato ekhanda. Wawungafunga ukuthi lo-kiss angishaya ngawo ovuthayo kwakungumuthi wentando. OGezephi, Bavelile noThembani, izintombi zami zasemakhaya kwasekuzibhedele ekugcineni. Akekho noyedwa kubona owayefika ku-Lerato ngobuhle. Wayemuhle yini pho u-Lerato, wawungathi akalubhadi kwanextdoor webathroom. Ngangimuzwa emizweni yami ukuthi noma ngabe kuthiwani, she was the one. Ngalujabulela njalo usuku lomgido wezintombi zaseMbali. Ngangithi ngingamcabanga nje uRato, kuqhilike izihlathi, ngibe usimoyimoyi isinkwa sibona ibhotela. Akumangazi ukuthi impelasonto esasithembisene yena kwaba ongathi yayithathe unyaka wonke. Kodwa yaze yagcina ifikikile. Ifika-nje, ngase ngingene shi ezikweletini, ngikhithiza izingubo engangovela ngazo ku-Rato wami. Yize sasithembisene u-10 laphaya kwa-Pick 'n Pay kuLong Market, mina ngasuka ngo 6h00 kwaMadlala.
Kwase kuhlangene nokugula kancane ukuthanda kwami u-Lerato. Nenumber ayenginike yona kamakhala ekhukhwini yayihlala ivaliwe. Kwathi sengilahle ithemba wangifonela ngolwesiHlanu ngo20h00, engiqinisekisa ukuthi kwakungashintshe lutho. ngake ngagxumisa okwengane ibona iStumbol. Ngalala ngingalele, wawungafunga ukuthi ngangiqala ngqa ukuqonywa. Ngalala sengi-ayinile, ngapholisha. Izinkukhu zokuqala zika 03h00 zakhala sengivukile. Ngasengiqwashile sengide ngiphenduphenduka ubala. Inhliziyo yayigxuma nephaphu...
Kwase kuhlangene nokugula kancane ukuthanda kwami u-Lerato. Nenumber ayenginike yona kamakhala ekhukhwini yayihlala ivaliwe. Kwathi sengilahle ithemba wangifonela ngolwesiHlanu ngo20h00, engiqinisekisa ukuthi kwakungashintshe lutho. ngake ngagxumisa okwengane ibona iStumbol. Ngalala ngingalele, wawungafunga ukuthi ngangiqala ngqa ukuqonywa. Ngalala sengi-ayinile, ngapholisha. Izinkukhu zokuqala zika 03h00 zakhala sengivukile. Ngasengiqwashile sengide ngiphenduphenduka ubala. Inhliziyo yayigxuma nephaphu...
Awuzwa yazi, kodwa ke sidonse nje mfanakithi
ReplyDeleteLol wangikhumbuza enye intokazi engathi ngijaha imoto ngijahe ukoyibhebha yathi: "Ungaphuthumi bhuti wami uzoze usibulale ngemoto, khululeka nje ngizokubhebhisa"
DeleteUbusungaze ujahise imoto ngenxa yekuku into engapheli. Mina ngangiyokuncisha uma sifika ngithi kusenesikhathi, some other time.
ReplyDeleteUnamanga, kwakungabe awuqhanyelwe.
Deletekwangathi kuningi ongasitshela kona, ngingaqhanyelwa kanjani ngingakazi ukuthi siqalephi? Mhlawumbe wawungilande eflethini nje siyakwakho pho yini ke engangiqhanyelisa lapho?
ReplyDeleteAwusilandele ke baba sizwe ukuthi naniqalephi nodade ukuze ujahe ukuyobhebha.
Sorry, indaba ngiyikhe phezulu. Sasiphuthuma ukobhebhana. Sasesiqhanyelwe sobabili.
DeleteOk uma usho njalo, kodwa ngeke ufe uma ungasicaphunela.
ReplyDeleteUqinisile. Ukuthi angikho muhle ngasekuchazeni amadetails. Kodwa ukukhanje phezulu, sasiqala ukuyobhebhana, kanti sase siside iskhathi sihalelana kodwa sidlala i-hard to get. Lolusuku engangijaha ngalo imoto, kwaba olokuqala esanikana ngalo. That is why ngangi in so much of a hurry...lol I thought that she was going to change her mind on the way, because she had been a teaser for several months.
DeleteAmade awetyala.
Awungaze ungathuka uma uzobhejwa okokuqala? Ezinye izinsizwa ziyithwele imithondo la phandle. Kukhona engambalekela engakangihlabi. Hhha, phela ngangizokwaliwa ngumuntu wami, kanti lobhuti ngangithi ngiyamzwisa nje
ReplyDeleteKona kunzima uma nizoqala nobabili, sekuyoba kuhle ukuthi nizwisisane. Okubi ukuthi uma indoda ingakuzwanga kahle ivesane ibaleke; kanti thina besifazane siyabazwisisa.
ReplyDeleteKodwa ke sistaz akumele uhlanganise amadoda ngoba nawo awalingani. Kungcono ube nomuntu oyedwa at a time.
Kwinsizwa lena ebengixoxa nayo, ngiyethemba aniphoxekanga nobabili, ngoba lento yokuhalelana inzima ngosuku olukhu, ngoba nisuke ninama-high hopes. Kodwa ngoba uthi naniqala okusho kona ukuthi omunye nomunye wamjabulisa omunye.
Ngabaleka engakangibhebhi. Sure kufanele sibe nomuntu oyedwa at a time. Kodwa ngangimhalela loyabhuti. He looked so yummy!
DeleteSisi wami, vele kuyenzeka uhalele omunye, manje inkinga isekutheni uzothi uma uthola, uzwe nje ukuthi akusiyo le obuyilangazelela. noma kubemnandi more, uhlale usufuna njalo. Iyindida nje indaba kamabhebhana bakithi.
ReplyDeleteWow! Asiphephile la kini bosistaz. Kanti ninje?
ReplyDeleteNiphephe impela, inkani nje uma uzobhebha mina ngedwa.
ReplyDeleteKanjani uma wena uzobhebhisa abanye mina uthi angibhebhe wena wedwa?
Delete29d9e3e3...ngcel ntokaz e jhb okanye e nn...eshadile,nam ngshadil..zimnand leyndaba mmmm
ReplyDeletepho manje ufunelani ukonela amadoda abanye
ReplyDelete