Imvalamlomo...EO

Kade ngangibona… Ngake ngathi ngizihambela kulemigwaqwana emincane yeTheku, ngazithela phezu kwensambatheka uqobo.  “Mamoshane ubani lo ongathi  umkamfundisi? “ Wuye nezinqotho ushaya kancane udle emfishane ingubo le emhlophe, izitho ziphuphuzela uboya. Umile Uhappy suka!
Amehlo ami ake ahlala nje kuye kwama umqondo. Sengikhohlwe nawukuthi wayebanjwe  gocikicane ngesinye isihlekehleke sikamahleka ehlathi.

Kanti naye usengibonile, wathi ukumoyizela kancane njengoba ehlala enza esontweni,
”Hi mzalwane.. ubekwa yini la?”
 Ngambona ukuthi wethukile, kodwa uyaziqinisa.
 “Sorry Sam, ngisacela ukuba nezwi kancane nomzalwane”. Washo engidonsela eceleni engibamba ngezandla zombili isandla sami sokudla segathi uyaxhawula. Futhi!...Athi ukusigudlisa kancane isandla esibumbini ngenkathi ebona ukuthi uSam usawahlabe phansi amehlo, kusho ukuthi naye uSam wayesakhungathekile nje ukuthi ubani lo owazi isnqandamathe sakhe?

“ Look mzalwane ngizofika laphaya eflethini lakho ngizokuchazela isimo, ungayithi vu kumuntu lendaba. Nginike 2 hours.” Asho, esuka eqonde ngakuSam ndini lo wakhe.  ngangingakaze ngimbuke ngamehlo othando umkamfundisi, kodwa into eyeqede ukuyenza, nendlela eyekhulume ngayo, ngavele ngezwa nginokumlangazelela. Uyadlala wena udlala uMlingi.

Ngahamba ngikhabuzela ukuya eflethini inhliziyo ishaya ngamandla, ngingazi noma uvalo noma injabulo, umqondo udidekile ukuthi ngizombhekelwa ngubani umkamfundisi uma sesisobabili eflethini. Phela , uHappy uthi akabe wuntanga yethu, angamdadlana mhlambe ngonyaka noma emibili, kodwa hhayi ngaphezulu. Ngathi ngifika nje eflethini ngangindlula, ngifihla wonke amafuhlululu angangiwashiyile. Nga korobha phansi ngase ngithi fu..fu.fu iPotpoury, ngenzela phela ukuthi indlu ingabe isinuka impongo nje. Ngageza fast! Ngaziqhola ngeInsignia, ngahlala ngalinda.

“Nqonqo yimi mzalwane…” Lwangithi heqe uvalo. Wuhe ngempela umkamfundisi. Ngavula. Wangithi laphalazi ngamehlo… lawaya anenkulumo. Wavala umnyango kancane, waphenduka wangibuka.
“Konje mzalwane igama unguMdu?” Ngavuma.
“Buka laphake Mdu, ngizoba straight to the point, uSam is not my lover.
Sihlangane nje kuFacebook two weeks ago.
 He lied wathi muhle uyigeza neprofile yakhe wayeyifake isthombe segeza lensizwa, kanti isihlekehlekana nje sekhehla, he is not my type.  Angithi uyezwa?”
Ngavuma kodwa umqodo udidekile ukuthi pho mina ngangingenaphi?
Wangibamba isandla njengoba eyenzile phambilini ngalolo suku, kodwa manje wasibeka ne phezu kwesibumbu. Wangibuka straight emehlweni nganjani ukuba sexy amehlo…

 “Mdu, angangibulala uSimphiwe uma engezwa into oyibone namuhla, so, awubonanga lutho, right?"
Ngavele ngandwaza, kwakungathi ngibanjwe ngomathithibala ngithakatha.
Umzimba wavele wagodolo, ngavuka uhlefane, angazi lesiphukuphuku sami somthondo savuka nini!
Ngavuswa uHappy esethi nje “Yoh uyakwazi nje ukusebenzisa lethuluzi lakho, wawuthi mfamu mfamu  kabili umthondo. Yangqasha imakwabo, yama mpo.  Ngamuzwa edonsa umoya umkamfundisi waphefumulela phezulu. Ungathi wafunda kwezakhe ukuthi ngangithukile ngoba wavele wangiqaqa Ibhande, wehlisa uziphu wavele ibhulukwe walehlisa kanye ne-anda.

Angiyazi mina leyanto! Bayadla abefundisi silele!! Wathi lapho engiphulula khona amasende ngesandla yavele yaqina ngqi induku kwaqhansa imithambo. Waguqa, wadonsa umoya, waphefumula kakhulu kuhle komuntu esefa… wasondela kancane epipini. Ede engiphulula amasende, lapho kumina sewumile umqondo, sengikhamise ubala. Walipetula ikhingqi wathi ukulidlalisa ngesithupha sakwa left. Ngaqhanyelwa more….

CLICK HERE for Part 2