Kuliqiniso ukuthi uma ufuna ukwazi ukuthi umuntu unjani, woqaphelisisa abangani bakhe. Mina ngikhulele emakhaya. Kwakungekona ukuhlonipha lokuya, ngangihlale ngikhophoza ubala. Umuntu omdala ngangingambheki emehlweni. Ngisho umfazi omunye ngangingambukabuki emehlweni, ikakhulukazi uma eke wathi ukuba mdadlana kunami.
Indaba yoniwa wusizi mntanomuntu. UMadlokovu wavele wamphelela umsebenzi wakhe wokuba umantshingelana eThawini. Kodwa wayesedonsile bandla shame. Phela ngamazi ngisafunda yena esevele esebenza. Eyidlani indwangu! Wayeshaya ngoDobshire noVyela, hamba mnyaka. Umsebenzi uphela nje Ikhehla lami imnyaka seyevile amashumini amanti, seyincengela emashumini ayisithupha. Kodwa phela nami sengibulawa yihaba nje, uNgema wabuyela ekhaya ena 51 yezi, awuboni nje manje una 57 yezi. Ukube akadlali ushukela ungabe usangibhebha uthuli, kunqamuke izipilingi zombhede. Pho-ke, wafika ushukela wakuvithiza kwaba yimvushwana okungumthondo kaMadlokovu wami. Sekukhuzwa imihlola uma ithuke ivuka imakwabo.
Ngisuke ngivelelwae uma like lavuka, ungimemeza ngisho kuyisemini, ngizwa ngaye nje esethi : "Doris sthandwa sami isinjalo leyompahla." Umuntu angabuye enze njani ngoba wazishayazonke ubabakhe? Ngivele ngishiye konke engikwenzayo ngiyomzwisa, kungaze konakale. Yena uyazama bandla, akufani nokuzikholisa ngomunwe. Futhi akenqeni nje nokuyingena ngolimu undabandaba ngize ngihehezise okwekewu, ewudla nje umsunu ngomlomo, ewugijima ngolimi sengathi ukhotha u-ice cream. Ngagana lapha ekhaya. Noma kunjalo, kukhona ezami ezixoxwa ngezithombe. Ezesaba ilanga, engofa nazo ngizigcine ku-gearbox. Ezingaziwa ngisho nayilelithatha elingu Eliza.
U-Eliza nguye owangitholela umsebenzi wokushanela kwaLoliwe eThekwini. Vele nje ngisho ekhula wayaziwa ukuthi isigangi, ipipi ulithandisa okwengane encane ithanda isitikiswidi. UMadlokovu wake wathi ukushaya emakhala uma ezwa ukuthi ngangizohamba no-Eliza ukuya eThekwini, wabuye wehlisa umoya uma ezwa ukuthi sasizohlala ehositela labesifazane bodwa eliphakathi enkabeni yeThekwini. Ukungazi kufana nokungaboni. Ukube uMadlokovu wayazile, ngabe akavumanga. Phela ehostela sasifika ngokuzolala, futhi silethwa yizimoto zawo belu amadoda kaEliza akhona kwaLoliwe. Uyaqoma nanguya umuntu wesifazane, ngiyambonga! Cishe adlulile eshumini amadoda azitika ngaye. Ngangingangaqomi kanjani ngizwana noEliza kodwa? Ngake ngasibamba kodwa isimilo, iminyaka emibili yonke! KwaLoliwe isikwata sonke sakhona sasingibiza ngoMbokodo. Nami ngangilithanda leligama, lingenza ngiziqhenye ngiyimanzi yakwethu.
Ubungani phakathi kwami no-Eliza baya ngokuya buphola, baze babanda qa, okwekhala lenja. Sagcina singasalali ngisho e-roomini eyodwa, nami sengithole omama abaziphatha kahle njengami.
Uyadlala udlala isikwata! Ngase ngijwayele impela, sekuphele nokukhophoza, naloku ukungamadoda okwakuzama ukungiqinela sengikubiza ngaphansi kweziketi zonina. Inhlamba yayindiza emoyeni uma kuke kwangithatha kancane. Wawuzwa ngami ngithi : "Sihlama, golo, msunu, sigalaga sikanyoko, malebe, golo lenja..." njalo njalo, wawungafunga ukuthi ngangiyifunda ebhukwini. Ngasengibabeke endaweni yabo sebengihlonipha. Kanti angibuzanga elangeni. Balala bengalele bengakhela uzungu.
Indaba yoniwa ukufika kwenye insizwa, engayithanda ngiqala nje ukuyibona. Ngenhlanhla yayifike nezinkontileka zaseGoli. Wayenethonya loyamuntu. Futhi ngiyasola ukuthi ukuthi wayewudla ngempela umuthi engawudlalisi. Wayethi uma eke wasondela eduze kwami ngizwe ngimthanda ngokunye, ngikhohlwe ngisho ukuthi ngalotsholwa koSthenjwa. Wayelisoka, ngisho ekhuluma nami, engavele angidilike nje. Saze sajwayelana impela. Yize ngangibona ukuthi imbuzi yabe igudla iguma. Loko kwakungangikhathazi, nami ngangithathekile.
"Wesisi Dorisi ikhona nje indoda osewake wayibhebhisa la kwa Loliwe?" Wangibuza ngelinye ilanga uThabo. Phela sase size sajwayelana. Uyazike nawe ezikwateni inkulumo ivele ithiwe nje bhadla, ayembathiswa. "Ufuna ngikubhebhise yini", ngambuza sakudlala? "WeDorisi, mina ngingakuhlaba usuze, udele ngisho Umadlokovu. Ngiyalushaya ucansi, labantu bamaBlue movie ngingabaphendula opopayi", wangiphendula esehamba. Ngasala ngilubaluba ubala. Ngavele ngaqhanyelwa into eyisimanga! Ubhontshisi ngawuzwa ulobilobiza , phansi kwephenti, phansi kwangiyasebenza, phansi kwephinifo. Ngaxegelwa ngamadolo.
Ngayishiya lapho umop nebhakede, ngaqonda e-toilet same time. "Ngiyavelelwa yini, imihlola yami yini kodwa bantu?", ngathuka sengikhuluma ngedwa kuhle okohlanya. Ngangingakaze ngikhulume nomuntu wesilisa ngiqhanyelwe ngaloluyahlobo. Ngathi ngifika etoilet ngangigovoza ngichama. Igolo lalimanze te kwakungathi kukhona ovele waliqulela ngecena. Kwakukitaza kamnandi ongathi ngangingathola umuntu owayengavele angibhebhe ngokushesha. Ngaqeda ukuchama, ngabuyisa umqondo, ngehlisa umoya, ngaziqoqa. "Hlala ngentombi mfazi kaMadlokovu. KuseThekwini lapha, wophenduka umgido kapholoni uma ubhayiza." Ngawasho lawa ngokuziqinisa. Ngaphuma ngaqonda emsebenzini. "Inqobile imbokodo" Ngiziduduza ngaphakathi. Kodwa ngangazi kahle kamhlophe ukuthi uma uThabo wayengasheshanga wabuyela eGoli, Kwakochitheka izishebo.
Ake ngime la... ngobuye ngikwazise ukuthi yini le eyangixosha kwaLoliwe eThekwini?
hhayibo njalo, ngiyavala ngomamlotsholwa wakithi ;)
ReplyDeleteWancishana losisi. 2yrs wonke ehleli nezinsizwa ezincisha!
ReplyDelete