Angishongo ...EO

...Ngasho. Wathini wena? Angikutshelanga ukuthi ngizomphinda umka mfundisi, it was only a matter of time. Phela ngangivele ngabona nje ukuthi lo wami umthondo uwuthandisa okwamancamce izinto ezithandwa ngabantwana. Uyangichaza kodwa uma esethi: "Sengi-right manje, ngibhebhe mzalwane" Ngivele ngithi uma sengimgoqoza ngemakwabo esekweqa amehlo esedabukisa ngithi akunani ngoba uzicelele yena. Hhayi bo uyinkinga lo wami umthondo, angithi lentombazane yakwamthandazi uGumede ngayidida ngekhingqi nje yakhohlwa yisiwasho eyayithunywe ukuthi isihambise kwaMaMkhize nangu lo owazi zonke izindaba za la emaflethini. Kodwa mfana ngaqedwa okunye okuyinganyana yomXhosa, Kwaqinisela kwaqinisela ngokuzwa sekuthi "Tshini!! Sewundaze unditshe undigqibe ngoluhlobo ngeStreet-wise two nje qha, uligeza khwenkwe leTshaka". Angisazi phela kahle kwasiXhosa leso, ngasizwa nguMfondini lo esisebenza naye wangichazela ukuthi wayethini usisi. Mina ulimi engilwazi kahle hle yilo lolu lokubhebha umuntu aze akhale ngonina. Sofa sizilanda ngiyakutshela. Ngake ngakhwela intombi yebhinca lasehostela eDalton yahamba same day yabuyela kwaNongoma. Ngahleka ngaze ngalala sengiyibuza ingifonele ukuthi yini manje? Yavele yathi: Hhaaa... ufuna ngihlazeke emzini, phela bekufanenle ngibuye angithi igolo lami bese uliphendule lalikhulu kuhle komfazi onezingane eziyishumi. UFano ngombhebhisa uma imomozi seyibuyele endaweni ayazi iyiyo"

Ngangisizonda kabi lesiyasikorokoro sikamfundisi, uyazi-ke nawe ukuthi sinomlando mina naso. Kulezinyangana ezidlule kuthiwe asishaye umnikelo wemoto kamfundisi entsha. Yaphela imali yami...nganginikela sengathi ngidlala umgalelo. Ngisho u-R500 bewungelutho. Ngifuna nje lifezeke leliphupho lokugudluza uskorokoro. Ligcine limshonele 3 months ago. Waphela golokoqo u 2 months lutho umkamfundisi ukungibhebhisa. Ngasengicabanga ukuthi usathola inkunzi yohlobo, ibraman uqobo lwalo elinelunda emhlane... Phela angithi nesizulu siyasho ukuthi amaqhude ayeqana. Bese ngiwachithile lamanzi. Kanti angibuzanga usawoti usazophinde uvuke ogqokweni. Bengibhorekeni last week! Angithi lentombazane yakwaGumede seyangonela kulabomathanda izinto bangapha eflethini.Yonke indawo lapho ihamba khona iyakhefuza, ibaxoxela ngento eyayibona. Kumnyama, kufanele ngicuphe umgoga ngiyiphinde ngayo'imvalamlomo'. Khona izoyeka ukuhamba ingirabhela. Kodwa akukazokwazi lokuya ukumumatha lomthondo esibelethweni sako, kusanda ukuqala ukuganga. Lo wami uqeda ukuqina kobaqwe asebehlulile. Ngibakhwela ngibadide.

Bengisasho-ke ukuthi ngangibhorekile... lwangena ucingo lomkamfundisi: "Mdu mzalwane, useright ngaleyanto?" Ngavele ngafunda kwezami ukuthi usezicelela umthondo u-Happy. "Ngi-right mama mfundisi.", lwangithi heqe uvalo ngakhumbula mhla uskorokoro ecishe esigila. "Mzalwane, kusasa inkonzo sizoyibamba ubusuku bonke, khona lapha ekhaya. Uphathe u-pie ombili, wami, kube i-peppersteak yakwa Pick and Pay, waluvala ucingo."

Bheka-ke wafona ngo 3 ntambama hheyi, from 3 to 4 kwaba sengathi i century yonke. Ngasengiloku ngibamba ngiyeka ngithi ngiqhuba usuku, hhayibo kanti kohlwa nini...wavuka wama mpo umthondo wanqekuzisa ikhanda kuhle kwe-earial kameleko, leveni okwakulandwa ngayo olova abadla isiqatha. Ngaze ngasizwa ukuya efridgini ngiyolanda ama-ice cubes, kwathi gozololo. Ngiyasola ukuthi lomfazi usangidlisa, kodwa kanjani? Ngeke sazi kodwa phela ngoba kuthiwa eminye imithi ingena ngaphambili. Into eyenza ngisho njalo ukuthi kwakungasahlaleki phansi sengigcogcomisa ekwenkukhu ifuna ukuzalela iqanda. NeTV le engithi ngiqeda ngayo isizungu sengiyindwazele nje, sekuyiyo ebuka mina. Isisu savele sagcwala umoya ngasutha. Ekhanda kuduma upeppersteak no Pick and Pay. Ngangingafuni phela ukukhohlwa, ngizonele! Ngingabuye ngimtholephinje umuntu engingabhebhana naye kamnandi njengomkamfundisi. ngike ngiphathwe amahlonyana uma umfundisi esemncoma. Ngisho ngenhliziyo ngithi lala lulaza akazi naHappy kudlalwa yena.

Ngicabanga ukuthi ukubhoreka nokucabanga kwangisiza, ngoba ngagcina kukhona engikubukayo ku-TV. Kusho ukuthi ngazumeka khona lapho, ngaze ngavuswa yishwezwa, lamakhaza engo-2 ekuseni. Madoda! Ngacisha ugesi nganikela embhedeni ngalala. Ngo-7 ekuseni  ngase ngigezile sengiloku ngibuka iwashi, loshona nini kodwa ngiye kwanhliziyo ngise? Lashona elingaliyo. U-pie owu-4 ngangiwuphethe, ngangingazi na-peppersteak lowo mina ngangiwuzwe ngayizolo. Ngizidlele i-casual nje ukuze ngingabhamukisi kondaba. Ngangqongoza. "Ngena mzalwane." Kwavele kwangathi ngizalwa kabusha ngimbona umkamfundisi, pho yinhle yini intokazi yakoBhebhe, ibakabaka uqobo lalo. "Vala mzalwane uhlale lapho kusofa ngiyeza." Ayidle ngabuningi bamagama umakwabo, ungathi ukukhuluma iyakukhokhela. Ngicabanga ukuthi ngahlala kusofa for 15min, kodwa kwase kungathi ngihlale unyaka, izinyanga, amasonto nemvushana yezinsuku. Waqhamuka esedle emfishane i-nighty le umkamfundisi. Wangithi laphalazi, wadlula wayokhiya umnyango. "Uwuphathile u-pie wami?", pho ngisezwa yini ngizibukela amathanga nje. Angibambe ubuso abubhekise ngakuye: "Ngibuzile Mdu, mzalwane." Ngivele ngimnike uplastic, tshobe yena ekhishini eyofudumeza lophaya ndini. Sengiyazisola nokuthi bengiwuphathelani ngoba ngabe ngidla umuntu manje esikhundleni sokuthi kufudunyezwane nophaya.

"Kodwa mzalwane awusangikhuzi ngani ubuqaba, angisakubingelelanga." , asho engibingelela. Angimzwanga nokuthi wathini, nami ngankwankwaza nje ubala. Ngabona ngoba esehleka ukuthi akobe sengiphinde ngabheda-ke futhi ngingasaqali. Igolo yinkinga, futhi uma uke waqhanyelwa nje, uvele uphenduke isiwungawunga somuntu. Kwakufanele ilembe liyivale lento emabuthweni alo, idida umqondo. Uwuphethe mubili uphaya ofudunyeziwe. Asondele agone, ngizwe isifudumezi esiyisimanga. Amathanga akhe aphuphuzela uboya awabeke agcwale kwawami, ngiphefumulele phezulu, angifunze uphaya. "Ungajahi mzalwane uzokhathala, bude ubusuku", asho engifunza uphaya. Sawudla saze sawuqeda uphaya. Wasukuma emathangeni ami wayothi tshobe ekhishini. Waphinde wadlula waya ngase bathroom. walunguza emnyango we-bathroom wacifa iso wangiqhweba ngomunwe. Ngagxumisa okwenhlavu yesibhamu ngiqonde kuye. Ngathi ngingena nje ebathroom wayengikhumula kancane, ngaze ngasala nginqunu, yena usagqoke inighty. Wangikhombisa ishower, ngaziyela. angisatatazeli, yikhehla liqonyiwe...

Wakhumula i-nighty sangena sobabili kwi-shower. Wangigezisa okwengane umkamfundisi. Wangiqala right on the tip of my very top hair to the tip of my sole. Uyakwazi ukujabulisa indoda nanguya umfazi! Wangigcoba insipho ekhanda wageza lona nje qha waligijima ngezandla ikhanda engiphulula izinwele ngandwaza...ANGISAQHANYELWE !!! Wathi kona uma esengifaka iminwe ezindlebeni engiguduza ngocikicane ndawo zombili, ngathithibalisa okwesikukukazi sikhwelwa yiqhude. Hhheyi, bayadlisa abafazi babantu kuthina befuna umthondo, engabe bayakwenza yini loku emadodeni abo? Wathi angaliqeda ikhanda umkamfundisi wavala ishawa, wangikhotha amehlo kuhle wena owabona umama ekhotha umntwana ozelwe engafuni axhoshwe yinsipho. Ngidabukela umfazi oyongigana, ngeke nje akwazi to meet the high standard esisethwa umkamfundisi. Kuyilapho nami ngingeke ngikwazi ukumthiphisa,

Next page
New Love